Pular para o conteúdo
Publicidade

UGenesisi 45

UJosefa Uyaziveza

1 UJosefa wehluleka ukuzibamba phambi kwazo zonke izinceku zakhe, wasememeza wathi, "Sukani lonke lapha kimi!" Ngakho kakho owayekhona loJosefa lapho eziveza kubafowabo. 2 Wakhala kakhulu ephumisela amaGibhithe amuzwa, labendlu kaFaro bezwa ngalokho.

3 UJosefa wathi kubafowabo, "Mina nginguJosefa! Kambe ubaba usaphila na?" Kodwa abafowabo behluleka ukumphendula ngoba besaba kakhulu bephambi kwakhe.

Estes versículos te tocaram? Ore agora!

+581 estão orando agora.

Junte-se à corrente de oração.

Veja também