45 UFiliphu wadinga uNathaneli wamtshela wathi, "Sesimfumene lowo uMosi aloba ngaye eMthethweni, njalo abaphrofethi labo abaloba ngaye, uJesu waseNazaretha, indodana kaJosefa."
46 UNathaneli wabuza wathi, "ENazaretha! Kulolutho oluhle olungavela khona na?"
UFiliphu wathi, "Woza uzebona."