Pular para o conteúdo
Publicidade

UJohane 19

25 Eduze kwesiphambano sakhe uJesu kwakumi unina, udadewabo kanina, uMariya umkaKlopasi loMariya Magadalini. 26 UJesu wathi ebona unina lapho lomfundi ayemthanda emi lapho eduze, wathi kunina, "Mama, nansi indodana yakho," 27 wathi kumfundi, "Nangu unyoko." Kusukela kulesosikhathi umfundi lowo wamthatha unina wamusa ekhaya lakhe.

Estes versículos te tocaram? Ore agora!

+581 estão orando agora.

Junte-se à corrente de oração.

Veja também