31 Kusenzakala konke lokhu abafundi bakhe bamncenga bathi, "Rabi, ake udle ulutho."
32 Kodwa wathi kubo, "Ngilokudla engikudlayo elingakwaziyo lina."
33 Abafundi babuzana bathi, "Kambe ngabe ukhona omlethele ukudla na?"
34 UJesu wathi, "Okwami ukudla yikwenza intando yalowo ongithumileyo lokuphelelisa umsebenzi wakhe.