Pular para o conteúdo
Publicidade

UMatewu 19

Abantwana Abancane LoJesu

13 Kwasekulethwa abantwana abancinyane kuJesu ukuba ababeke izandla lokubakhulekela. Kodwa abafundi babakhuza labo ababalethayo.

14 UJesu wathi, "Yekelani abantwana beze kimi, lingabavimbeli ngoba umbuso wezulu ungowabanjengalaba." 15 Esebabekile izandla wasuka lapho wahamba.

Estes versículos te tocaram? Ore agora!

+581 estão orando agora.

Junte-se à corrente de oração.

Veja também