Pular para o conteúdo
Publicidade

UMatewu 9

UJesu Usilisa Isiphofu Lesimungulu

27 Kwathi uJesu esuka lapho amadoda ayiziphofu amabili amlandela ememeza esithi, "Sihawukele, Ndodana kaDavida!"

28 Esengenile endlini iziphofu lezo zeza kuye wazibuza wathi, "Liyakholwa na ukuthi ngingakwenza lokhu?"

Zamphendula zathi, "Yebo Nkosi."

29 Wasezithinta amehlo wathi kuzo, "Kuzakwenziwa kini njengokukholwa kwenu"; 30 zasiliswa zabona. UJesu waziqonqosela wathi, "Akungabi lomuntu ozakwazi ngalokhu."

Veja também